Thando
uThando luney ncazelo ey' ningi. Mina ngingasho ukuthi uThando luyi ntsika yomoya kubantu. uThando luvamise ukuba injabulo, ngoba uma umuntu ezwa noma etshelwa ukuthi uyathandwa uya jabula. uThando luyi njabulo ngoba ngenxa yoThando kuyenzeka kube nemiphumela emihle efana nomshado. uThando? uThando luyakha futhi luphinde lubhidlize ngoba baningi abantu abakhala ezimatonsi ngenxa yoThando. umuntu uyakwazi ukuthi uyak'thanda nawe ukholwe ngoba usuke une themba kulo uThando. singa bantu siyangena kunoxaka ngenxa yokuzitshela ukuthi siyathandwa kanti siyadlalwa ngenxa yoku themba lolu thando. uThando? uThando lino mona ngoba Liyaketha. baningi abantu abal' fisayo uThando olwangempela ngoba singa bantu asikwazi ukuhlukanisa phakathi ko Thando lwamanga nolweqiniso. Ayikho into emnandi njengokuthola uThando olwangempela ngoba liletha injabulo Kanye ne themba kumuntu. uThando? ngifisa ngathi Nami ngingaba nenhlanhla yoThando olwangempela empilweni ngoba olwamanga luyi nkinga enjabulweni yomuntu.
Poetry Books 50% Off
Bestselling collections from top poets
