S'thandwa Sami
S'thandwa Sami Kungaba icala Na Uma Ngingakthanda ingunaphakade? Ngisho ngoba Inhliziyo Yami Ilokhu Isha Ngaphakathi Ifuna Wena Wedwa. Ingaphandle Lami Nengaphandle lidinga Wena uqobo. Bekuyisfiso Sami ukuthi uhlale ungowami ngoba Kuningi Engikphathele Khona. Sengiy'hambile le ndlela Yothando Ngaze Ngawela Kweyakho Inhliziyo Esingfundise Lukhulu Ngothando Nangempatho. Vuma , vuma ThembaLamii ukuba sikhule Ndawonye Nathi sibe ngamajuba andiza Ndawonye njengabanye , Kodwa-ke Angisho ukuthi ngiz'fanisa nabo. Nawe uyalwazi udaba lwami Nawe aludinge kuxoxwa phambi kwabantu. Mina Nawe sihlezi sixabana kodwa asikaze sahlukaniswa ubala , kwazise Phela siyasiqonda isimo sokuthi akuzohlezi kumnandi kulendlela. Maw'cabanga ukung'lahla kzomele ulala uphenduka , ujule ucabange la esisuka khona. Sisuka kude Mina Nawe , ngcela ukuk'khumbuza Lokhu Munt'Wami Mina Ave ngiz'fela Ngawe kanti nalolu thando Lwethu ngingal'fela Ngthemba ukuthi konke Lokhu owawkusho Kimi sisaqala ukbonana kuliqiniso ngoba Uma kungenjalo usungogwetshiweyo ngokuthumba inhliziyo yam nokungathembeki kimi Sekuyiskhathi sokuthi ngehlele ngezansi Manje Ngiyak'thanda, Sthandwa Sami uBuhle Obhalile
Poetry Books 50% Off
Bestselling collections from top poets
