ngiyamthanda
lo mntwana ngiyamthanda, yena akafuni ukumamela yena akafuni ukungizwa noma ngithini kuye, noma ngithi ngizomthanda kuze kubuye ujesu. noma ngithi ngizomthanda ukuziphele umhlaba. noma ngithi ngizomphatha kahle, noma ngithi ngizomphatha nje ngegolid noma yithi ngizomphatha njengeqanda yena akafani njengentombi, yena ufana njenge ndlovukazi, hhayi cha ufana njenge ingilosi emhlabeni . lo mntwana ngiyamthanda, yena akafuni ukungizwa, inhliziyo yami ishayela yena angisazi ukuthi ngithini kuye ngoba, ngiyenzanga By Zane S.P.M
Ad
Poetry Books 50% Off
Bestselling collections from top poets
Shop Now →
