Ngididekile
Angazi noma ukungithanda noma ukuzenzisa, Angazi noma micabango yami idlala ngami noma iqiniso yini, Wena lakumina uzenzela umathanda ngoba nakhu ngingenawo Amandla okuzilwela Mina, Ngididekile, Wena ufuna ukubusa eyami impilo ekubeni eyakho ikuhlula, Wena uzenza umphathi wezimpilo zabantu eyakho iyakuhlula, Umbhalo wami umanzi ukugobhoza kwezinyembezi, ngisazobhala futhi, Mpumi_imbongikazi08
Ad
Poetry Books 50% Off
Bestselling collections from top poets
Shop Now →
