Nami ngingomunye
Nami ngingomunye Ngiphe indlebe ngik'xoxele kona awungibuzanga kodwa mina ngizokuxoxela Nami ngingomunye. Ngazibona sengimdala, Nezimpum'lotha seza suka umlotha Izince zibuzwa kim angisayiphathi yobuhle Phuma langa sikothe Nami ngingomunye. Ebusuku angibambeki phela kufunwa mina Abangani bayangilandela Abazali bayabalisa Nami ngingomunye. Angikhulunyiswa, Angikhuzwa phela sengimdala Lakudlule mina khona basala bakhala Nami ngingomunye. Shintsha abafana phela nami ngiyisokakazi Nami ngingomunye.
Ad
Poetry Books 50% Off
Bestselling collections from top poets
Shop Now →
