Kanti angifi ngani ?
Kanti angifi ngani? Ngibangiswani kanti mina ? Kanti umuntu ngamenzani ? Kufana nokuthi 'mpilo yami 'lawulwa ngomunye umuntu, Ngiyokhala kuze kube nini ? Yingobani ngizondwa kangaka ngingasona izitha zabo , Kanti angifi ngani ? Ngiziphilisa kanzima'ngifi ngani ? Ozigila mkhuba baphila kancono kunami, Izintandane ziphila kancono kunami , Nginako lokho nabo banako Kanti bafuna ini ?Kumele nibe nani lokho enginganako ? Yingobani nifuna mina ngibenezono ? Kanti angifi ngani ? Yingobani ngibaphilisa kanzima ebangaziyo ? Yingobani nifuna ukuphila nami ? Mangingaphili kab'hlungu ngenxa yami , Kwenzeka nje kubheke Kimi , Yimina okumele afele lezono noma ngingazenzanga , ngoba zibhekene nami , Mangihambe ngedwa ngiyozibona nami ukuthi ngigcinaphi ? ππ₯ππ
Poetry Books 50% Off
Bestselling collections from top poets
