ithuba
Cha ukungishiya,ungangishiya Kona angeke kube Lula Kimi ukuthi ngamukele,kepha kuzothokozisa eyakho inhliziyo, intokozo engiyoyibona kwayakho amehlo,kwanami izongithokozisa khona uthando lwami ungalala kepha kweyami usungolotshiwe,ohh he yajabula leyongane ongilahlela yona, wobuye ungikhonzele,uyitsele ukuthi ik'phathe kahle. yebo eyami iyohlubuka,kepha sengikhathalele injabulo yakho. okwami kulomhlaba akusekho,kodwa bakuphathe kahle ngane yomuntu amehlo wona ayo khala kepha, sengikhathalele injabulo yakho usuyo hamba kahle, ngyaxolisa angeke ngikwazi ukukuphelezela,NGOBA ngeke kuvume ngikuyeke.....usuyohamba kahle sthandwa sam, eyami uyiphulile kepha sengikhathalele injabulo yakho oh he kunzima khona kepha kweyami inhliziyo usekhona, kunzima kepha sengikhathalele eyakho injabulo
Poetry Books 50% Off
Bestselling collections from top poets
