Ithuba
ngicela ithuba ngizichaze, nginike indlebe ngizinabe kuwe ithuba ngiyalicela,ngoba okonwa ngomlomo kuyo lungiswa ngomlomo Ngixolele yebo bengaz'ukuthi ngenzani, leyo yiqiniso. bengiyaz'imphumela yezenzo kodwa ngikwenzile ngiyaphulile eyakho inhliziyo ngiyazi uxololwakho yinto engingeke ngiyithole. kepha ngilalele ngikukhohlise lalela phela lamanga wami,engizokugcina ngawo yebo amanga impela kodwa qhubeka uhlle nami ungibekezelele yiqiniso lelo, uthando ngilutholile kuwe, isineke,impatho, umnotho ngisho abacebile abanganawo,kuwe ngakuthola imfudumalo yakho iyalivusa ikhaya ngiphe elinye ithuba ngilungise amaphutha
Ad
Poetry Books 50% Off
Bestselling collections from top poets
Shop Now →
