Into ehle
Okwami bengithi okwabo . Kanti Lutho ngizozi phendula isiqhila. Bafana bathi into Enhle bayayazi , Ngibuze phela mina ngoba ngidela ngokuzizwela . Bathi into enhle uyibuka ikude isezale. Ngithi akengithule ngizidlele amathambo enqondo ngaloludaba. Ngibuye ngibone ukuthi.Kuyofanele ngizithande nginga mangingathandwa,ngizi ncome manginga nconywa. Phela nami ngingumuntu . Ngiyinto ehle ithule uyibuka kuthi Uma Ukhuluma ivele umamatheke wedwa.Nami ngiyintombi ezintombini .Ngiyintombi yamanzi engashodi ngalutho. Mase ngithi angisho kodwa ngiyazi. Ngiyinto enhle uyibuka Ngabe lenkondlo Ukhuluma ngami yini.Angixwayi kodwa wonke muntu une ndawo yobuhle empilweni yakhe . I
Ad
Poetry Books 50% Off
Bestselling collections from top poets
Shop Now →
